Bible Society of South Africa

Ukuhlakanipha Okungunaphakade – Day 15

Isihluthulelo sesipho sika Nkulunkulu ukholo - Part 5
- Ukholo ukuba ngoka Kristu

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

KwabaseRoma 7

4Kanjalo nani bazalwane bami, nani naba ngabafileyo maqondana nomthetho ngomzimba kaKristu ukuba nibe ngabomunye, lowo owavuswa kwabafileyo, ukuze sithelele uNkulunkulu izithelo.

KwabaseRoma 7:4ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

KwabaseRoma 14

8ngokuba uma siphila, siphilela iNkosi; uma sifa, sifela iNkosi. Ngakho-ke noma siphila noma sifa, singabeNkosi.

9Ngokuba ngenxa yalokho uKristu wafa, wabuye waphila ukuba abe yiNkosi yabafileyo neyabaphilayo.

KwabaseRoma 14:8-9ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

1 kwabaseKorinte 3

23nina-ke ningabakaKristu, uKristu ungokaNkulunkulu.

1 kwabaseKorinte 3:23ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

1 kwabaseKorinte 6

19Kepha anazi yini ukuthi umzimba wenu uyithempeli likaMoya oNgcwele okinina, enimamukele kuNkulunkulu, nokuthi anisibo abenu na? 20Ngokuba nathengwa ngenani elikhulu. Ngakho-ke mbongeni uNkulunkulu emzimbeni wenu.

1 kwabaseKorinte 6:19-20ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Walethwa ngegazi eliyigugu lika Kristu ngakho-ke ungowakhe!

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU