Bible Society of South Africa

Ukuhlakanipha Okungunaphakade – Day 17

Noma ubani okholwa nguKristu, uba yisidalwa esisha

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

2 kwabaseKorinte 5

17Kanjalo uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; okwakuqala kudlulile; bheka, sekuvele okusha. 18Kepha konke kuvela kuNkulunkulu owenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana,

2 kwabaseKorinte 5:17-18ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

NgokukaJohane 3

3UJesu waphendula, wathi kuye: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Uma umuntu engazalwa ngokusha, angewubone umbuso kaNkulunkulu.”

4UNikodemu wathi kuye: “Umuntu angazalwa kanjani esemdala na? Angangena ngokwesibili esiswini sikanina, azalwe, na?”

5Waphendula uJesu, wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Uma umuntu engazalwa ngamanzi nangoMoya, angengene embusweni kaNkulunkulu.

NgokukaJohane 3:3-5ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Sinikeza ukuqonda okholweni lwethu ngokuphila izimpilo zethu ngokwamaqiniso esiwathole eZwini lika Nkulunkulu elingunaphakade.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU