ISAHLUKO 47
1IZWI lika Jehova ela fika kuJeremia umprofeti ngamaFilisti, uFaro e nga ka tyayi iGaza.
2U tyo uJehova, u ti, Bheka, amanzi a yenyuka ngasenyakato, a be uzamcolo o kukulayo, a kukule a qede izwe nako konke oku kulo; umuzi nabakileyo kuwo; abantu ba ya kukala, bonke abakileyo ezweni ba ya kulila.
3Ngokuzwakala kwezigqi zamasondo amahashi ake a qata, ngokuhlokoma kwezinqola zake, udumo lwamasondo ake, oyise a ba pendukeli kubantwana babo ngobutakataka bezandhla zabo;
4Ngenxa yosuku oluzayo ukucita onke amaFilisti, ukunquma eTire na seSidoni bonke abasizayo abaseleyo; ngokuba uJehova u ya cita amaFilisti, abaseleyo bezwe la seKaftori.
5Ubumpandhla se bu fikile eGaza, ku citiwe iAskeloni, insalo yesihlambo sabo; u ya kuzisika ku ze ku be nini na?
6Au, nkemba ka Jehova, ko za ku be nini u nga tuli na? Buyela eikeni lako, u hlale u tule.
7U nga tula kanjani? uJehova u i yalile ngeAshkeloni na ngezwe eli ngasolwandhle. U i misele kona.
Bible Society of South Africa 1893