1ILUNGA kuye uGayo otandwayo, engi m tandayo ngesiminya.
2Sitandwa, ngi ya fisa ku nako konke ukuba u be nenhlanhla, u hambe kahle, njengokuba u nenhlanhla umpefumlo wako.
3Nga jabula kakulu lapa be fika abazalwane; ba qinisa iqiniso lako, njengokuba u hamba ngeqiniso.
4A ngi nakujabula okukulu ku na loku, ukuzwa ku tiwa abantwana bami ba hamba ngeqiniso.
5Sitandwa, u yenzisa okwabakolwayo ngaloku o kwenzela abazalwane naba semzini;
6Aba lu qinisileyo utando lwako pambi kwebandhla; uma u ba pelekezela labo ngokufanele uTixo, u ya kwenza kahle.
7Ngokuba ba puma ngenxa yegama lake, be ngamkeliswa uto abezizwe.
8Ngako nga si ba pata kahle abanjalo, si sebenzele iqiniso kanye nabo.
9Nga lobela ibandhla; kodwa uDiotrefe, o tanda a be mkulu, ka samkeli.
10Ngako uma ngi za, ngi ya kukumbula imisebenzi yake a yenzayo, e si kulumela ngamazwi amabi; a ku m anele loku; ka bamkeli abazalwane yena, nabo aba ba vumayo u ya ba nqabela, a ba kipe ebandhleni.
11Sitandwa, u nga landeli okubi, kodwa okuhle. Owenzayo okuhle u ngoka Tixo; kodwa owenzayo okubi ka m bonanga uTixo.
12uDemetrio u fakazelwa ibo bonke neqiniso uqobo lwalo; nati siya m fakazela; ni yazi ukufakazela kwetu ku iqiniso.
13Be ngi nokuningi kokuloba, kepa a ngi yi kukulobela ngeinke nepeni.
14Ngi yetemba ngi ti ngi za kukubona masinyane, si kulume ngomlomo. Ukutula a ku be kuwe. Izihlobo zi ti a ngi zi konzele kuwe. U ngi konzele kuzo izihlobo ngamagama.