Bible Society of South Africa

Uma ukwesaba ukuhlukumezeka ekhaya kuhaqa impilo yakho … – Usuku 2

Amahloni okuhlukunyezwa

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

UGenesise 1

27UNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe; wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane.

UGenesise 1:27ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Ihubo 139

13Ngokuba wena uzenzile izinso zami,

wangaluka esiswini sikamame.

14Ngiyakukubonga,

ngokuba ngenziwa ngokwesabekayo nangokumangalisayo;

imisebenzi yakho iyamangalisa;

umphefumulo wami uyakwazi kahle.

Ihubo 139:13-14ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Kuyenzeka ukuthi uma wake wahlukunyezwa uzizwe unamahloni nokuphoxeka uze uzibone ungafanele ukuthandwa. Kodwa noma kunjalo iBhayibheli liyasiqinisekisa ukuthi wena wenziwe ngomfanekiso kaNkulunkulu.

UNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe; wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane.

UNkulunkulu ukudalile ngokucophelelaokukhulu:

Ngokuba wena uzenzile izinso zami,
wangaluka esiswini sikamame.
Ngiyakukubonga,
ngokuba ngenziwa ngokwesabekayo
nangokumangalisayo;
imisebenzi yakho iyamangalisa;
umphefumulo wami uyakwazi kahle.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU