Bible Society of South Africa

Uma ukwesaba ukuhlukumezeka ekhaya kuhaqa impilo yakho …

Awuwedwa!
Kungenzeka ukuthi ungomunye walaba abayizinkulungwane eziningi ezweni lakithi ababhekene nokuhlukumezeka emakhaya. Njengabo bonke abahlukunyezwayo kungenzeka yini ukuthi uzibeka icala nephutha ngokuhlukunyezwa kwakho, uze ucabange ukuthi mhlawumbe kukhona iphutha olenzile noma kukhona lapho ungenzanga kahle khona?

*Wonke amavesi acashunwe eBhayibhelini lesiZulu lango 1959/1997.

Thola usizo!
Ziningi kakhulu izinhlangano ezikhona lapha eNingizimu Afrika ezizinikele ekusizeni labo abasebudlelwaneni obunokuhlukumeza.

Shayela i-Lifeline ku: 0800 150 150

Kusihlwa kungena
ukukhala,
ekuseni ukujabula.
AmaHubo 30:5b

Izehlakalo

Uma ukwesaba ukuhlukumezeka ekhaya kuhaqa impilo yakho … – Usuku 1 funda isiqephu
Uma ukwesaba ukuhlukumezeka ekhaya kuhaqa impilo yakho … – Usuku 2 funda isiqephu
Uma ukwesaba ukuhlukumezeka ekhaya kuhaqa impilo yakho … – Usuku 3 funda isiqephu
Uma ukwesaba ukuhlukumezeka ekhaya kuhaqa impilo yakho … – Usuku 4 funda isiqephu

Ungabhalisela lolu hlelo lokufunda ku-BibleSA app bese uthola izaziso zansuku zonke.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU