Bible Society of South Africa
Gawie van Jaarsveld

Book of Philippians – Day 8

Joy in spite of the reality of death … and life

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

KwabaseFilipi 1

20njengokulangazela nokwethemba kwami ukuthi ayikho into engizakujabhiswa kuyo, kepha ngesibindi sonke, njengasezikhathini zonke namanje, uKristu uyakwenziwa mkhulu emzimbeni wami, nokuba kungokuphila nokuba kungokufa. 21Ngokuba kimina ukuphila kunguKristu, ukufa kuyinzuzo. 22Kepha uma ukuphila enyameni kuyisithelo somsebenzi kimi, angisakwazi engizakukukhetha. 23Kepha ngiphakathi kokubili; nginesifiso sokumuka ngibe noKristu, ngokuba yikhona okuhle kakhulu; 24kanti-ke ukuhlala enyameni kuswelekile kakhulu ngenxa yenu. 25Lokhu nginalo leli themba, ngiyazi ukuthi ngiyakuhlala, yebo, ngihlale nani nonke, kube ngukuqhubeka nokuthokoza kwenu ekukholweni, 26ukuze ukuzibonga kwenu ngami kuvame kuKristu Jesu ngokufika kwami futhi kini.

KwabaseFilipi 1:20-26ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

• Which verse or word would you like to reflect about more?
• How should you think about your life and your death?

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU