Bible Society of South Africa

Induduzo evela eZwini – Day 2

UMninimandla onke

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

Ihubo 24

Ukungena kweNkosi yenkazimulo ethempelini layo

ElikaDavide. Ihubo.

1Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo,

izwe nabakhileyo kulo.

2Ngokuba yena wawusekela phezu kwezilwandle,

wawumisa phezu kwemifula.

Ihubo 24:1-2ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Ihubo 24

9Phakamisani, masango,

izinhloko zenu;

nani minyango yaphakade,

phakamani

ukuba iNkosi yenkazimulo ingene.

10Ingubani le Nkosi yenkazimulo na?

UJehova Sebawoti

nguyena oyiNkosi yenkazimulo. Sela*

Ihubo 24:9-10ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Uma umuntu engaphansi kwengcindezi futhi edinga amandla kanye nenduduzo evela eNkosini, kuvamise ukuba azizwe ephelelwa amandla. Lezi zingxenye zeZifundo ezitholakala kuMahubo zibekwe ndawonye ngaphansi kwezihloko ukukusiza ukuba uthole amavesi eSifundo esifanelekile ezimweni zakho ezithile.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU