Bible Society of South Africa
Ds Hein Barnard

Forgiveness – Day 11

This is one of the most read chapters in Jeremiah. God promises Israel (Israel and Judah) that they will be His people again (1-14), He will have mercy on weary Israel (15-26) and He will make them secure (27-30). Important: God takes the initiative, not Israel.

This is a confirmation of the covenant God made with Abraham – Genesis 17.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

UJeremiya 31

31“Bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda, 32kungenjengesivumelwano engasenzayo nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe, isivumelwano sami abasaphula noma ngangiyinkosi yabo,” usho uJehova. 33“Kepha yilesi esiyisivumelwano engizakusenza nendlu ka-Israyeli emva kwalezo zinsuku,” usho uJehova: “ngiyakufaka umthetho wami ezibilinini zabo, ngiwulobe ezinhliziyweni zabo, ngibe nguNkulunkulu wabo, bona babe ngabantu bami; 34abasayikufundisana, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, kube yilowo nalowo umfowabo, ngokuthi: ‘Yazi uJehova,’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela kwabancane kuya kwabakhulu babo,” usho uJehova, “ngokuba ngiyakuthethelela ububi babo, nesono sabo angisayikusikhumbula.”

35Usho kanje uJehova

obeka ilanga libe ngukukhanya emini,

nezimiso zenyanga nezezinkanyezi

zokuba zibe ngukukhanya ebusuku,

ovusa ulwandle ukuba kuhlokome amaza alo,

ogama lakhe linguJehova Sebawoti, uthi:

36“Uma lezi zimiso zisuka ebusweni bami,” usho uJehova,

“yilapho inzalo yakwa-Israyeli iyakuphela,

ingabe isaba yisizwe phambi kwami

kuze kube nanini.”

37Usho kanje uJehova, uthi:

“Uma izulu lilinganiswa phezulu,

nezisekelo zomhlaba zivivinywa ngaphansi,

khona mina ngiyakuyilahla yonke inzalo yakwa-Israyeli

ngakho konke abakwenzileyo,” usho uJehova.

38“Bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho uJehova eyakwakhelwa umuzi, kusukela embhoshongweni kaHananeli kuze kube seSangweni Lasegumbini. 39Umucu wokulinganisa usezakuphuma, ufinyeleliswe uze uqondane negquma laseGarebi, ujike uze ufike eGowa. 40Sonke isigodi sezidumbu, nesomlotha, nawo onke amasimu kuze kube semfudlaneni iKidroni, kuze kufike egumbini leSango Lehhashi ngasempumalanga kuyakuba ngcwele kuJehova, kungabe kusasishulwa, kubhidlizwe kuze kube phakade.”

UJeremiya 31:31-40ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Forgiveness in the Prophets – 1

Israel and Judah went into exile, but it was only Judah who returned after 70 years from Babylon.  Those in exile needed to reconcile with those that remained in the Promised Land.  There can only be reconciliation between people when they reconcile with God.  This includes forgiveness.

The terms for the relationship with God are the same, but it would not be written on tablets of stone, but in the hearts and minds of people.

This covenant would result in a spiritual transformation of the people and is often associated with the giving of the Holy Spirit.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU