1VULA Lebanoni iminyango yako ko ti umlilo u dhle imisedare ako.
2Kala mberoshi ngokuba isedare li wile; ngenxa yokuba izikulu zi citekile; kalani nina miyela ya seBashani; ngokuba ihlati eli nokupakama li hlikile.
3Izwi lokukala kwabalusi; ngokuba ubukulu babo bu citekile; izwi lokubodhla kwezingonyama ezintya; ngokuba ubuhle ba seJordani bu citekile.
4Njalo u tyo uJehova uTixo wami; Funza izimvu zokuhlatywa.
5E zabaninizo ba ya zibulala, kepa a ba funyanwa icala; futi aba tenga ngazo ba ti, U busisiwe uJehova, ngokuba ngi fuyile: nababusi bazo a ba zi pati ngomusa,
6Ngokuba a ngi sa yi ku ba nomusa kubo abahleziyo bezwe, u tyo uJehova. Bhekake, mina ngo fumanisa abantu ilo ngesandhla somfo wabo, na ngesandhla senkosi yake: bona ba ya kutyaya izwe, kanti a ngi yi ku ba sindisa.
7Kepa mina ngi ya kuzalusa izimvu zokuhlatywa nga loku, nina zimvu ezihlupekayo. Kwa ti nga zitabatela izintonga ezimbili; enye nga yi biza uBuhle, nenye nga yi biza uZibopo, nga se ngalusa izimvu.
8Kwa ti nga nquma abalusi abatatu ngenyanga inye; umpefumlo wami wa hlukana nabo, nompefumlo wabo wa ngi dela.
9Lapo nga ti, A ngi yi ku nalusa; efayo, ma i fe; e za kunqunywa, ma i nqunywe; ezisalayo ma zi dhle ile inyama yomngane wayo.
10Nga se ngi tabata intonga yami, e uBuhle, nga yi nquma, ngapule uvumelwano lwami, e ngi be ngi lu misile nabantu bonke.
11Kwa ti, lwapulwa nga lolusuku; nga loku ezihlupekayo zezimvu e za ngi konzayo zazi ukuba ku yizwi lika Jehova loku.
12Lapo nga ti kuzo, Uma kuhle emehlweni enu, ngi nikeni intengo yami; noma ni ti, ca, yekani. Ngako za linganisela inkokelo yami, amashumi amatatu esiliva.
13Lapo uJehova wa ti kimi, Li tyingele kumbumbi; intengo enkulu e nga melwa yona emehlweni azo. Nga se ngi tabata amashumi amatatu esiliva, nga wa tyingela kumbumbi endhlini ka Jehova.
14Lapo nga nquma intonga yami yesibili, o ku tiwa uZibopo, ukuze ngapule ukwelamana pakati kweJuda neIsraeli.
15Wa se e ti kimi uJehova, tabata izikali zomalusi o nobuula.
16Ngokuba bheka mina ngo vusa umalusi ezweni, o nga yi ku hambela ezisitekileyo, nentya a ka yi ku yi funa, nezapukileyo a ka yi ku zelapa, nezimayo zi qinile a ka yi ku zondhla; kanti inyama yezinonileyo wo yi dhla, e dwengule izinyawo zazo.
17Wo kumalusi o ize, o shiya izimvu! inkemba yo ba pezu kwengalo yake, na sesweni lokunene lake; ingalo yake yo buna ngokubuna, neso lokunene lake lo cima impela.