ISAHLUKO 4
1NGOKUBA usuku lu yeza olu za ku tyisa njengeziko, ko ti abazidhlayo bonke, nabo bonke a benza kabi ba be njengeziqu; usuku oluzayo lo ba tyisa, u tyo uJehova wamabandhla, ukuze lu nga shiyi kubo impande negatya.
2Kepa kinina e ni lesabayo igama lami ilanga lokulunga li ya kupuma li nokupilisa emapikweni alo; ni ya kupuma, neqa njengamatole esibaya.
3Nina ni ya kunyatela pansi ababi; ngokuba bo ba umlota pansi kweziqu zezinyawo zenu ngosuku e ngi ya kwenza loku ngalo, u tyo uJehova wamabandhla.
4Kumbulani umteto ka Mosi inceku yami, e nga m yaleza wona eHorebi, u be kubo abaIsraeli bonke, iziyalezelo, nezahlulo.
5Bhekani ngo tuma kini uElija umazisi nga pambi kokufika kwa lomhla omkulu osabekayo ka Jehova;
6Yena wo pendula inhliziyo ya oyise kumadodana, nenhliziyo yamadodana kubo oyise funa ngi ze ngi tyaye izwe ngokubujiswa.
UKUPELA KWETESTAMENTE ELIDALA
Bible Society of South Africa 1893