6wasivusa kanye naye, wasihlalisa kanye naye embusweni wezulu kuKristu Jesu, 7kuze kuthi ezikhathini ezizayo abonakalise ingcebo enkulu yomusa wakhe ngobubele kithina kuKristu Jesu.