4“Yizwa, Israyeli: uJehova uNkulunkulu wethu, uJehova, munye; 5wothanda uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangawo onke amandla akho.