Bible Society of South Africa

Verse-a-day - 23 June 2024

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

2 kwabaseKorinte 4

16Ngakho asidangali, kodwa noma kubhubha umuntu wethu wangaphandle, owangaphakathi wenziwa musha imihla ngemihla. 17Ngokuba usizi lwethu olululana olungolomzuzwana luyasisebenzela isilinganiso esikhulu kakhulu senkazimulo emiyo phakade, 18thina esingabheki okubonwayo kodwa okungabonwayo; ngokuba okubonwayo kungokwesikhashana, kepha okungabonwayo kungokwaphakade.

2 kwabaseKorinte 4:16-18ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli
Bible Society of South Africav.4.23.0
SITHOLE KU