Bible Society of South Africa

Verse-a-day – 19 February 2023

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

NgokukaJohane 11

25UJesu wathi kuye: “Mina ngingukuvuka nokuphila; okholwa yimi, noma efa, wophila. 26Nalowo ophila, akholwe yimi, kasoze afa naphakade. Uyakholwa yilokho na?”

27Wathi kuye: “Yebo, Nkosi, ngiyakholwa ukuthi wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu, obezakuza ezweni.”

NgokukaJohane 11:25-27ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli
Bible Society of South Africav.4.23.0
SITHOLE KU