28“Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza. 29Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo.