Bible Society of South Africa

How to Live – Day 10

A Prayer.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

EkaJakobe 5

16Ngakho, vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko oqinileyo wolungileyo unamandla kakhulu.

EkaJakobe 5:16ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

KwabaseKolose 1

UPawulu ubakhulekela kuJesu

9Ngalokho nathi, kusukela osukwini esezwa ngalo, asiyeki ukunikhulekela nokuninxusela ukuba nigcwaliswe ngokwazi intando yakhe ngokuhlakanipha konke nokuqonda okungomoya, 10nihambe ngokufanele iNkosi, niyithokozise ngakho konke, nithela izithelo emisebenzini yonke elungileyo, nikhula ekumazini uNkulunkulu, 11niqiniswe nokuqiniswa konke ngokwamandla enkazimulo yakhe, kuze kube ngukubekezela konke nokubheka kade ngokujabula;

KwabaseKolose 1:9-11ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

KwabaseGalathiya 5

16Kepha ngithi: Hambani ngoMoya, khona aniyikufeza izinkanuko zenyama.

KwabaseGalathiya 5:16ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

1 kwabaseKorinte 13

Ukudunyiswa kothando

1Noma ngikhuluma ngezilimi zabantu nezezingelosi, kepha ngingenalo uthando, ngiyithusi elikhencezayo nensimbi encencethayo. 2Noma nginokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke, noma nginokukholwa konke ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando, angiyinto yalutho. 3Noma ngabela abampofu konke enginakho, noma nginikela umzimba wami ukuba ushiswe, kepha ngingenalo uthando, akungisizi ngalutho.

4Uthando luyabekezela, uthando lumnene, alunamhawu, uthando aluzigabisi, aluzikhukhumezi; 5aluziphathi ngokungafanele, aluzifuneli okwalo, alucunuki, alunagqubu; 6aluthokozi ngokungalungile, kepha luthokozela iqiniso; 7lubekezelela izinto zonke, lukholwa yizinto zonke, luthemba izinto zonke, lukhuthazelela izinto zonke.

8Uthando alusoze lwaphela; kepha nokuba kukhona ukuprofetha, kuyakukhawuka; nokuba kuyizilimi, ziyakunqamuka; nokuba kungukwazi, kuyakukhawuka. 9Ngokuba sazi inxenye, siprofetha inxenye. 10Kepha nxa sekufikile okupheleleyo, lokho okuyinxenye kuyakukhawuka. 11Lapho ngisengumntwana, ngakhulumisa okomntwana, ngaqondisa okomntwana, ngazindlisa okomntwana; kuthe sengiyindoda, ngayeka okobuntwana. 12Ngokuba manje sibona esibukweni kalufifi; kepha lapho sobukana ubuso nobuso; manje ngazi inxenye, kepha lapho, ngiyakwazi ngokuphelele, njengokuba kade ngaziwa ngokuphelele. 13Manje-ke kumi ukukholwa, nokwethemba, nothando, lokho kokuthathu; kepha okukhulu kulokho luthando.

1 kwabaseKorinte 13ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

1 kaJohane 4

8Ongathandiyo akamazi uNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu uluthando.

1 kaJohane 4:8ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

1 kaJohane 4

12UNkulunkulu akazange abonwe muntu; uma sithandana, uNkulunkulu uhlala kithi, nothando lwakhe luphelele kithi.

1 kaJohane 4:12ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

KwabaseRoma 5

5ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.

KwabaseRoma 5:5ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

KwabaseFilipi 1

9Ngikhulekela lokhu ukuba uthando lwenu luvame kakhulu njalo ekwazini nasekuqondeni konke, 10ukuze nikwazi ukwahlukanisa, nize nibe mhlophe nabangakhubekisiyo kuze kube lusuku lukaKristu,

KwabaseFilipi 1:9-10ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Prayer is the hotline of hope that keeps a righteous man in touch with the great God. Through that binding connection we pray and have hope for ourselves, for loved ones, fellow believers and unbelievers. Prayer is more than just an emergency call to get needs met, it is also the hotline that generates power so that through the Holy Spirit I am more able to live as God wants. Prayer is therefore a two-way conversation between God and people.  Daily, I wait expectantly and with full attention, when I read God’s Word so that the Holy Spirit reveals God’s will for me.

Listen to what the Word already tells us about God’s will. As believers and image bearers of God in the world, we need to honour God by living simply and doing what he wants. We can know what he wants through prayer and asking that we will continually be filled:  “…with the knowledge of his will through all the wisdom and understanding that the Spirit gives…” (Colossians 1:9) This means that we must live by the Spirit (Galatians 5:16) and allow God to lead us. Knowledge of His will must go hand in hand with growing in the knowledge of God (Colossians 1:10) – the discovery of his heart, God’s incomparable greatness.

Such a life offers challenges to every believer. It needs a God-focused life and perseverance. Difficult? Not if we ask God, that we be “…strengthened with all power according to his glorious might so that you may have great endurance and patience.” (Colossians 1:11).

Jesus’ preaching and teaching about the Christian believer’s lifestyle, centres around love. Without it, we are nothing (1 Corinthians 13), we do not know God (1 John 4:8) and God is not in us. (1 John 4:12) Every believer can be certain that the love of God has been poured out into our hearts through the Holy Spirit who has been given to us. (Romans 5:5) We actually bear responsibility to cultivate that “seed” of love, and one way in which we can do so is to pray that our love will increase more and more in understanding and sensitivity so that we may be able to distinguish the things that matter, (Philippians 1:9). Why is this distinction necessary? It is necessary so that we, on the day of Christ, may be found pure and blameless. (Philippians 1:10).

Prayer has great power and has the ability to change our lives, our circumstances and outlook on life, because God hears every prayer. In the words of RA Torrey: “Prayer is the key that unlocks all the storehouses of God’s infinite grace and power. All that God is, and all that God has, are at the disposal of prayer.”

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU