Bible Society of South Africa

The Son – Day 80

Meditating on how God reveals himself to humanity through Jesus, Jesus ministry of teaching, healing and exorcism, and the words Jesus uses to describe himself.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

KwabaseFilipi 2

5Mawube kini lowo mqondo owawukhona nakuKristu Jesu 6owathi enesimo sikaNkulunkulu, akaze asho ukuthi kuyinto yokuphangwa ukulingana noNkulunkulu, 7kepha wazidela ethabatha isimo senceku, enziwe ngomfanekiso wabantu; 8wathi efunyenwe enjengomuntu ngesimilo, wazithobisa, elalela kwaze kwaba sekufeni, yebo, ekufeni kwesiphambano. 9Ngalokho-ke uNkulunkulu wamphakamisa kakhulu, wamnika igama eliphezu kwamagama onke, 10ukuze kuthi ngegama likaJesu amadolo onke aguqe, awabasezulwini, nawabasemhlabeni, nawabangaphansi komhlaba, 11nezilimi zonke zivume ngokuthi UJESU KRISTU UYINKOSI, kube yinkazimulo kuNkulunkulu uYise.

KwabaseFilipi 2:5-11ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli
Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU