Bible Society of South Africa

The Son – Day 64

Meditating on how God reveals himself to humanity through Jesus, Jesus ministry of teaching, healing and exorcism, and the words Jesus uses to describe himself.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

1 kaJohane 1

Izwi liyabonakaliswa ngoKristu

1Lokho okwakukhona kwasekuqaleni, esakuzwa, sakubona ngamehlo ethu, sakubheka, nezandla zethu zakuphatha, okwezwi lokuphila – 2lokho kuphila kwabonakaliswa, sakubona, siyaqinisa sinishumayeza lokho kuphila okuphakade okwakukhona kuYise, kwabonakaliswa kithina – 3lokho esikubonileyo, sakuzwa, sinishumayeza khona nani, ukuze nani nibe nenhlanganyelo nathi. Kepha thina sinenhlanganyelo noYise naneNdodana yakhe uJesu Kristu.

1 kaJohane 1:1-3ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli
Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU