Bible Society of South Africa

The Son – Day 61

Meditating on how God reveals himself to humanity through Jesus, Jesus ministry of teaching, healing and exorcism, and the words Jesus uses to describe himself.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

KwabaseKolose 1

15yona ingumfanekiso kaNkulunkulu ongenakubonwa, izibulo lezidalwa zonke, 16ngokuba kwadalelwa kuyo konke okusezulwini nasemhlabeni, okubonwayo nokungenakubonwa, nokuba kuyizihlalo zobukhosi, nokuba kuyimibuso, nokuba kuyizikhulu, nokuba kuyiziphathimandla; konke kwadalwa ngayo, kwadalelwa yona; 17yona ingaphambi kwakho konke, nezinto zonke zimi ngayo; 18yona iyinhloko yomzimba, ngisho ibandla, engukuqala, izibulo kwabafileyo, ukuze yona ibe ngowokuqala ezintweni zonke, 19ngokuba kwaba kuhle kuye ukuba ukugcwala konke kuhlale kuyo 20nokuba ngayo abuyisane nakho konke esenzile ukuthula ngegazi lesiphambano sayo, yebo ngayo, nokuba kuyizinto ezisemhlabeni nokuba ngezisezulwini.

KwabaseKolose 1:15-20ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli
Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU