Bible Society of South Africa

The Mission to the World – Day 291

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

KwabaseKolose 1

UPawulu ubonga ukukholwa nothando lwabaseKolose

3Simbonga njalonjalo uNkulunkulu uYise weNkosi yethu uJesu Kristu, nxa sinikhulekela, 4lokhu sizwile ngokukholwa kwenu kuKristu Jesu nangothando eninalo kubo bonke abangcwele, 5ngenxa yethemba enibekelwe lona ezulwini, enezwa ngalo ngaphambili ngezwi leqiniso levangeli 6elifikile kini, njengalokhu likhona ezweni lonke lithela izithelo, landa, njengokuba kunjalo naphakathi kwenu, kusukela osukwini enezwa ngalo, nazi umusa kaNkulunkulu ngeqiniso,

KwabaseKolose 1:3-6ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Beginning with God’s covenants with Noah, Abram and David, these readings explore God’s ongoing mission to restore his broken creation, drawing people back to himself. God’s mission finds its fulfilment in the person and work of Jesus Christ, a mission which the church continues today

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU