Bible Society of South Africa

The Beginning – Day 13

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

Ihubo 65

9Uhambela umhlaba, unisa imvula,

uwuvundisa kakhulu;

umfula kaNkulunkulu ugcwele amanzi;

ubalungisela abantu ukudla,

ngokuba uwulungisa kanjalo umhlaba.

10Umatisa imisele yawo,

ulalisa amasoyi awo;

uwuthambisa ngezihlambi,

ubusise okumila kuwo.

11Umnyaka uyawuhlobisa ngobumnene bakho,

nemikhondo yakho iconsa amafutha.

12Amadlelo asehlane ayaconsa;

amagquma abhinca injabulo.

13Amadlelo embethe izimvu,

nezigodi zisibekelwe ngamabele;

konke kuyajabula, kuhlabelele.

Ihubo 65:9-13ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

We begin the year declaring the truth that God created the heavens and earth and proclaiming that the earth is the Lord’s and everything in it.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU