Bible Society of South Africa

Power in Weakness – Day 184

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

UJoshuwa 1

7Qina kuphela, ume isibindi kakhulu, uqaphele ukwenza ngokomthetho wonke akuyala ngawo uMose inceku yami, ungaphambuki kuwo ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo ukuba ube nempumelelo nomaphi lapho uya khona. 8Le ncwadi yomthetho mayingasuki emlonyeni wakho, kepha wozindla ngayo imini nobusuku ukuba uqaphele ukwenza njengakho konke okulotshwe kuyo, ngokuba lapho uyakuhlahlamelisa indlela yakho, uphumelele kahle. 9Angikuyalile na? Qina, ume isibindi, ungesabi, ungabi naluvalo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona.”

UJoshuwa 1:7-9ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

God’s people frequently encounter circumstances that make them feel weak and restless: these meditations draw us to God, who graciously pours out his strength and peace into our lives.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU