Bible Society of South Africa

Incarnation – Day 354

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

NgokukaLuka 2

27Wafika ngoMoya ethempelini. Kwathi ukuba abazali balethe umntwana uJesu ethempelini ukuba benze kuye njengesiko lomthetho, 28wamamukela ngokumgona, wambonga uNkulunkulu, wathi:

29“Sale usumukisa ngokuthula inceku yakho,

Somandla, njengezwi lakho,

30ngokuba amehlo ami abonile insindiso yakho

31oyilungisele ebusweni babantu bonke,

32ukukhanya kokwambulela abezizwe

nenkazimulo yesizwe sakho u-Israyeli.”

NgokukaLuka 2:27-32ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

A series of readings on Advent, exploring the reality and wonder of Jesus’ incarnation

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU