Bible Society of South Africa

Hope in Suffering – Day 210

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

2 kwabaseKorinte 4

Amandla avela evangelini ayaqinisa ezinhluphekweni nasezingozini

7Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obukhulu kakhulu bube ngobukaNkulunkulu, bungabi ngobuvela kithi. 8Siyacindezelwa nxazonke, kodwa asinyinyekile; siyaxakeka, kodwa asidikibali; 9siyazingelwa, kodwa asidelwa; siwiswa phansi, kodwa asibhujiswa; 10sithwele njalonjalo emzimbeni wethu ukufa kukaJesu, ukuze nokuphila kukaJesu kubonakaliswe emzimbeni wethu.

2 kwabaseKorinte 4:7-10ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Suffering is a reality in a broken world. Scripture acknowledges this reality, but points us to the transforming presence of God in our lives, regardless of our circumstances, and the words of hope he speaks over our world

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU