Bible Society of South Africa

Hope in Suffering – Day 203

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

2 kwabaseKorinte 1

UPawulu ubonga uNkulunkulu ngenduduzo nangokusindiswa kwakhe ezingozini

3Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, uNkulunkulu wenduduzo yonke, 4osiduduza osizini lwethu lonke, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, nolunjani, ngenduduzo esiduduzwa ngayo nathi nguNkulunkulu. 5Ngokuba njengalokho izinhlupheko zikaKristu zivamile kithi, kanjalo nokududuzeka kwethu kuvamile ngoKristu.

2 kwabaseKorinte 1:3-5ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Suffering is a reality in a broken world. Scripture acknowledges this reality, but points us to the transforming presence of God in our lives, regardless of our circumstances, and the words of hope he speaks over our world

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU