Bible Society of South Africa

A Good God – Day 25

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

IzEnzo 17

24“UNkulunkulu owenza umhlaba nakho konke okukuwo, yena oyiNkosi yezulu nomhlaba, akahlali emathempelini enziwe ngezandla; 25futhi akakhonzwa ngezandla zabantu ngokungathi udinga utho, yena obapha bonke ukuphila nokuphefumula nakho konke; 26wazenza izizwe zonke ngagazi linye ukuba zakhe ebusweni bonke bomhlaba, wamisa izikhathi ezinqunyiweyo nemikhawulo yokuhlala kwazo, 27ukuze zifune uNkulunkulu, ingabe zingamuzwa, zimfumane; ingani kakude kulowo nalowo kithi.

IzEnzo 17:24-27ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

These readings declare the uniqueness of God, worshipping God for the beauty and wonder of his character.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU