Bible Society of South Africa

40 DAYS – Time with God – Day 3

Edit your Life

by Noelene Curry

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

Kwabase-Efesu 4

22ukuba nikhumule umuntu omdala ongowenkambo yokuqala, owonakala ngezinkanuko zenkohliso, 23nenziwe basha emoyeni wengqondo yenu, 24nembathe umuntu omusha owadalwa ngokukaNkulunkulu ekulungeni nasebungcweleni beqiniso.

25Ngakho lahlani amanga, nikhulume iqiniso, yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, lokhu singamalungu omunye komunye. 26Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele. 27Ningamniki uSathane indawo. 28Owebayo angabe eseba, kepha kunalokho akhuthale asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.

29Makungaphumi emlonyeni wenu nalinye izwi elibolileyo, kodwa kube ngelilungele ukwakha njengokuswelekileyo, ukuze libavezele umusa abezwayo. 30Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa. 31Konke okubabayo, nentukuthelo, nolaka, nomsindo, nokuhlambalaza makususwe kini kanye nakho konke okubi. 32Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.

Kwabase-Efesu 4:22-32ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Edit your life frequently and ruthlessly. It’s your masterpiece after all. Life is like a book. It has many different chapters, and one bad chapter doesn’t mean that it’s the end! There are still many blank pages that you can write on. We are given only one life to live. Why not make that life a masterpiece through frequent editing and re-evaluating?

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU