Bible Society of South Africa

40 DAYS – Time with God – Day 28

Struggling

by Noelene Curry

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

UGenesise 32

24Wasala yedwa uJakobe; kwabambana naye umuntu, kwaze kwasa. 25Esebona ukuthi akamahluli, wathinta esikhoxeni senyonga yakhe, waphinyazeka uJakobe esikhoxeni senyonga esebambene naye. 26Wayesethi: “Angihambe, ngokuba sekuyasa.”

Kepha wathi: “Anginakukuyeka ukuba uhambe ungangibusisanga.”

27Wathi kuye: “Ungubani igama lakho na?”

Wathi: “NginguJakobe.”

28Wathi: “Igama lakho alisayikuthiwa uJakobe, kepha u-Israyeli,* ngokuba ulwile noNkulunkulu nabantu, wanqoba.”

29UJakobe wayesembuza ethi: “Ake ungitshele igama lakho.”

Wathi: “Ubuzelani igama lami na?” Wayesembusisa khona.

30UJakobe waqamba igama laleyo ndawo ngokuthi iPheniyeli,* ngokuba wathi: “Sibonene noNkulunkulu ubuso nobuso, nokho umphefumulo wami wophulwa.”

UGenesise 32:24-30ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Struggling with God? If we struggle with God, there will be consequences… we see in this text how Jacob’s hip was put out of joint. Take time to be alone with God. We need to cling to God and our struggles will be heard and we are promised direction in our times of struggle.  What if God gives us a new name that will enable us  to move from the place of the struggle. What would it be?

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU