IZIHLABELELO 23
Isihlabelelo sika Davida.
1UJEHOVA u ngumalusi wami, a ngi yi ku swela.
2U ya ngi lalisa emahlelweni aluhlaza; a ngi holele ngasemanzini okupumula.
3U buyisa umpefumlo wami; a ngi holele ezindhleleni zokulunga ngenxa yegama lake.
4Noma ngi hamba esigodini setunzi lokufa, a ngi yi kwesaba okubi; ngokuba wena u kimi; intonga yako, nodondolo lwako zi ya ngi tokozisa.
5Wena u yendhlala itebula lami ebusweni bami ngapambi kwezita zami; u gcobile ikanda lami ngamafuta; indebe yami i ya cicima.
6Impela okuhle nomusa ku ya ku ngi landela imihla yonke yokupila kwami; ngi ya kuhlala endhlini ka Jehova ku ze ku be sekupeleni kwezinsuku.
Bible Society of South Africa 1893