IZIHLABELELO 14
Kumholi wokuhlabelela. Isihlabelelo sika Davida.
1ISIULA si tyilo enhliziyweni yaso, ukuti, Amuko uTixo, bonakele, benze okunengekayo, amuko o kwenza okulungileyo.
2uJehova wa bheka e sezulwini pezu kwabantwana babantu, ukubona uma ku kona ohlakanipileyo, o funa uTixo.
3Ba pambukile bonke, ba ncolile kanye; akuko o wenza okulungileyo, amuko noyedwa.
4A bazi ini bonke abasebenzi bokubi, a ba dhla abantu bami njenga loku be dhla isinkwa na? a ba kuleki kuTixo.
5Lapo ba yesaba ngokwesaba; ngokuba uTixo u sesizukulwaneni sabalungileyo.
6Ukuceba kotobekileyo ni ya kujabisa, ngokuba uJehova u yisipepelo sake.
7Ubani u ya kunika ukusindiswa kuIsraeli ku vele eZioni na? Ekubuyiseni kuka Jehova ukutunjwa kwabantu bake, u ya kwetaba uJakobe, uIsraeli a jabule.
Bible Society of South Africa 1893