IZIHLABELELO 128
Igama lokukupuka.
1BA ya busiswa bonke aba m esabayo uJehova, be hamba ezindhleleni zake.
2Ngokuba u ya kudhla umsebenzi wezandhla zako; wo busiswa ku be kuhle kuwe.
3Umkako wo ba njengesinwazi esihlanzayo ezinhlangotini zendhlu yako; abantwana bako bo ba njengezitombo zomhlwati ekuzungezeni kwetebula lako.
4Bheka, ukuba ku njalo lendoda i ya kubusiswa e mesabayo uJehova.
5uJehova ma ka ku busise ku vele eZioni ma u bheke enhlanhleni ya seJerusalema izinsuku zonke zokupila kwako.
6U bone abantwana babantwana bako; nako ukutula pezu kuka Israeli.
Bible Society of South Africa 1893