IZIHLABELELO 134
Isihlabelelo sokukupuka.
1BHEKA, bongani uJehova nina zinceku zika Jehova, e ni mi endhlini ka Jehova ebusuku.
2Pakamisani izandhla zenu ezihlanzekileyo, ni m bonge uJehova.
3uJehova o wenzile izulu nomhlaba ma ka ku busise ngoku vela eZioni.
Bible Society of South Africa 1893