1AMADODANA ka Israeli; uRubeni, uSimeoni, uLevi, uJuda, uIsakari, uZebuloni,
2uDani, uJosefa, uBenjamini, uNaftali, uGadi, uAsheri.
3Amadodana ka Juda; uEri, uOnani, uShela; laba abatatu ba zalwa indodakazi ka Shua wa seKenani. uEri owamazibulo kuJuda, wa e mubi ebusweni benkosi; ya m bulala.
4uTama umalokazana wake wa m zalela uFarezi noZara. Onke amadodana ka Juda a ye isihlanu.
5Amadodana ka Farezi; uHezroni, uHamuli.
6Amadodana ka Zera; uZimri, uEtani, uHemani, uKalkole, uDara; ba be isihlanu kupela.
7Amadodana ka Kami; uAkana umhlupi wabaIsraeli, o wona okuhlukanisiweyo.
8Amadodana ka Etani; uAzaria.
9Amadodana ka Hezroni, a wa zalayo; uJeramili, uRamu, uKelubai.
10uRamu wa zala uAminadabi; uAminadabi wa zala uNashoni, induna yabantwana baka Juda;
11uNashoni wa zala uSalmoni, uSalmoni wa zala uBoazi,
12uBoazi wa zala uObedi, uObedi wa zala uJese,
13uJese wa zala uEliabi izibulo, uAbinadabi owesibili, uShama owesitatu,
14uNataneli owesine, uRadai owesihlanu,
15uOzemu owesitupa, uDavida owesikombisa;
16Odade wabo uZeruia, uAbigaili. Amadodana ka Zeruia; uAbishai, uJoabi, uAsaheli, matatu.
17uAbigaili wa zala uAmasa; uyise ka Amasa uJetro umIshmaeli.
18uKalebi indodana ka Hezroni wa zala abantwana kuAzuba umkake, naku Jerioti; amadodana ake i lawa; uJesha, uShobabi, noArdoni.
19Lapo e se file uAzuba, uKalebi wa tabata uEfrati owa m zalelwa uHuri.
20uHuri wa zala uUri, uUri wa zala uBezalele.
21Emva uHezroni wa nganwa indodakazi ka Makiri uyise ka Giladi owa m tata e neminyaka emashumi a isitupa. Wa m zalela uSegubi.
22uSegubi wa zala uJaire owa be nemizi e amashumi amabili nantatu ezweni la kwa Giladi.
23Wa tabata kubona iGeshuri neAramu nemizi ka Jaire, neKenati nemizi ya kubo, ukuti imizi e amashumi a isitupa. Yonke leyo ya ba e yamadodana ka Makiri uyise ka Giladi.
24Lapo se e file uHezroni eKaleb-efrata, kona uAbia umka Hezroni wa zala uAshuri uyise ka Tekoa.
25Amadodana ka Jeramili izibulo lika Hezroni; uRamu izibulo, noBuna, noOreni, noOzemu, noAhija.
26uJeramili wa e nomfazi omunye igama lake uAtara; yena unina ka Onamu.
27Amadodana ka Ramu izibulo lika Jeramili; uMazi, uJamini, uEka.
28Amadodana ka Onamu; uShamai, uJada. Amadodana ka Shimai; uNadabi, uAbisha.
29Igama lomfazi ka Abisha uAbihaili, u yena owa m zalela uAbani noMolidi.
30Amadodana ka Nadabi; uSelede, noApaimu; kepa wa fa uSelede e nge namntwana.
31Amadodana ka Apaimu; uIshi. Amadodana ka Ishi; uSheshani, Abantwana baka Sheshani; uAhlai.
32Amadodana ka Juda umfo wabo ka Shemai; uJetro noJonatani uJetro wa fa e nge namntwana.
33Amadodana ka Jonatani; uPeleti, noZaza. Laba ba be amadodana ka Jeramili.
34uSheshani wa e nge nabafana, amadodakazi kupela. uSheshani wa e nenceku umEgipite igama lake uJarha.
35uSheshani wa m nikela uJarha o inceku yake indodakazi yake i be umfazi wake. Wa m zalela uAttai.
36uAttai wa zala uNatani, uNatani wa zala uZabadi.
37uZabadi wa zala uEflali, uEflali wa zala uObedi.
38uObedi wa zala uJehu, uJehu wa zala uAzaria.
39uAzaria wa zala uHelezi, uHelezi wa zala uEleasa.
40nEleasa wa zala uSisamai, uSisamai wa zala uShaluma.
41uShaluma wa zala uJekamia, uJekamia wa zala uElishama.
42Amadodana ka Kalebi umfo wabo ka Jeramili; uMesha izibulo o wa uyise ka Zifi; namadodana ka Maresha uyise ka Hebroni.
43Amadodana ka Hebroni; uKora, uTapua, uRekemu, uShema.
44uShema wa zala uRahamu, uyise ka Jorkoamu; uRekemu wa zala uShamai.
45Indodana ka Shamai; uMaoni; uMoani wa e uyise ka Betzuri.
46uEfa isincinza sika Kalebi wa zala uHarani, noMoza noGazezi. uHarani wa zala uGazezi.
47Amadodana ka Jadai; uRegemu uJotamu uGesham uPeleti uEfa uShafa.
48uMaaka isincinzi sika Kalebi wa zala uSheba noTirhana.
49Wa zala uShafa uyise ka Madmana noSheva uyise ka Makbena, noyise ka Gibea; indodakazi ka Kalebi uHaksa.
50Amadodana ka Kalebi inzalo ka Huri izibulo lika Efrati; uShobali uyise ka Kijatijearimu.
51uSalma uyise ka Betelehemu uHarefa uyise ka Betegada.
52uShobali uyise ka Kijatijearimu wa e namadodana; uReaia nenxenye yaba seManaheti.
53Abendhlu ka Kijatijearimu; amaItri, namaPuhi, namaShumati, namaMishraite; kwa vela ku bona amaZareati, namaEshtaulite.
54Amadodana ka Salma; iBetelehemu neNetofati, Atarote indhlu ka Joabi, nenxenye yamaManaheti, namaZori.
55Abendhlu yababali aba be hlezi eJabezi; amaTirati, amaShimeati, amaSukati. Laba ba amaKeni a vela ku Hemati uyise webandhla lika Rehabi.