1Dumisani uJehova nina-bezizwe zonke,
nimbabaze nina-bantu bonke.
2Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina;
iqiniso likaJehova limi phakade.
Haleluya!
Brauza ya hao ha e tshehetse odiyo ya HTML5.