1171117:1 AmaH. 72:17Rom. 15:11Dumisani uJehova nina bezizwe zonke,
nimbabaze nina bantu bonke.
2117:2 Joh. 1:17Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina;
iqiniso likaJehova limi phakade.
Haleluya!